LUNGELA UKUZE UQONDE UMHLABA WAKHO WEZIKWELETU. QALA LAPHA.

Kunomhlaba wemali la ngaphandle, ukulungele ukuzibinela ngokwakho? Siyakwamukela kwaCredit dot cozaa lapho sizokubonisa izindlela ezinobuhlakani zokuboleka imali, ezisebenzisa ulwazi esiluthola kuwe ngezindlela osebenzisa ngayo imali yakho bese sikusiza ngokukuvulela amathuba okuthuthukisa indlela ophatha ngayo ezezimali zakho. Sikukhomibisa izindlela zokwenza imali ngemali yokubolekwa. KwaCredit dot cozaa sinezinsombululo zokuvikela umcebo wakho sibe sikulekelela ngokuwukhulisa umcebo wakho. Vakashela i”Website” yethu uzofunda ngezindlela zokubuyisela amandla ezezimali zakho kuwena. Sivikela ukuntshontshwa komazisi (ID) wakho, sisize ngokutshelekisa kwemali (credit)nokukhokhwa kwezikweletu zakho (debt), kanye nokuhlolisiswa kwama “account” akho ezezimali. Ungasali ngaphandle, thatha ithuba lokungena emhlabeni wemali ubone ukuthi umhlaba wemali ukubona kanjani wena.

Ukubuka okugcwele kwawo wonke ama-akhawunti akho

Ukutholwa kwamathuluzi okukuqondisa ngezinqumo zesikweletu

Ukwelulekwa Kwezikweletu Nokuphathwa Kwezikweletu

Kuyini kimi?

Imibiko Yezikweletu evela ku-Bureaus Ezihluzekile Ezu-3
Izinzuzo Zomshuwalense
Izaphulelo Zenzuzo Abasebenza nabo
Izipesheli Zemalimboleko Nemalimboleko
Isibambiso semalimboleko
Izaziso Zezaziso
Isiqinisekiso Sezomthetho
I-Akhawunti Yamahhala Yokusindisa
Uzothola Imali Yakho Siyathembisa

Finyelela amathuluzi wethu wokubala uma ungena ngemvume ka Credit Dot CoZaa

Landelela umbiko wakho wesikweletu

Thola umbiko wakho wesikweletu wezinyanga zonke bese ubona ukuthi yikuphi ababolekisi
bheka lapho ufaka isicelo sesikweletu sakho. Ukuyihlola kungavimbela noma yiziphi lezimanga ezingezinhle.

Hlola umbiko wakho wesikweletu

Umphumelo wakho wesikweletu ukhombisa umlando wakho wezezimali. Funda ukuthi ungasithuthukisa kanjani umphulelo wakho
ukuthola amadili angcono kumakhadi wesikweletu nakwimali mboleko.

0
Credit Score

SEBENZISA u-CREDIT DOT COZAA MANJE FUTHI UVUMELE ISIKWELETI SAKHO SIKUSEBENZELE

Xhumana nathi

Imininingwane Yakho

Sitshele ukuthi singa bambhana njani nawe


Singaku nceda njani?

Khululeka ukubuza imibuzo okanye ushiye umlayezo


Close Menu